Ukwenza noma ukufeza - Kufeziwe (NgokukaJohane 19:30)
Yenza, yenza, yenza
Qhubeka
Kakhulu!
Akufeziwe
Phusha
Thela
Inkolo, ukuzisiza
(ukungakwazi ukuzisiza)
Ukungaphezi
Kuhlezi kunokuningi
Omunye umsebenzi
Olunye usuku
Ngakho-ke, layisha, uthwele
Ukuphoxeka, uyakuzwa?
Qhubeka
Ungalinge ume
Ikusasa elilufifi
Inamuhla, ukukhathala
Kungabe ngi…?
---------
Yenza, yenza, yenza
Aziguquke izinto:
Kuqediwe!
Inothi lenjabulo
Ukuzwa injabulo:
“kufeziwe!”
Yizwa ukukhala kwakhe
(19:30 NgokukaJohane)
Ukukhululwa okumnandi
Phumula
Umsebenzini kaJesu
Oqediwe, oqinisekile
Ophelele, ogcwalisiwe
Yima.
Isimemo esiqhakazileyo
Ngezingoma nokuhlabelela
Kuphi,
Isivuno esesabekayo
Kunalokho sibuyiselwa
Kuluntu
Hhayi ukwenza.
Ebanjiwe
Kwenziwe
Ngomunye.
Ngakho-ke,
Abenzi baba ngabalandeli
Baloyo ogcwele ukuphumula kwemiphefumulo yethu.
Abalandeli bathola intambiso
Bobabili bedinga
Okutholakala kuye yedwa
Naqhubekayo ukukunika.
Ukwenza nokufeza
Makugxile
(siyakucela nkosi, sisize)
Kufeziwe
(19:30 NgokukaJohane)
Buka isiphambano sakhe
Themba umsebenzi wakhe namazwi
Hlala, hamba, gijima, yeqa, yima
Ekuqedeni kwakhe
Uphile kulokhu
“kufeziwe!”